00. Amathenda alabo abangezanga kulo mhlangano ayoshaywa indiva.
Yonke imibuzo: Ucingo: 031-311 1540 (Thulani Ntuli).
00. Amathenda alabo abangezanga kulo mhlangano ayoshaywa indiva.
Yonke imibuzo: Ucingo: 031-311 1540 (Thulani Ntuli).
A-3992 Ukuqashisa ngamatende amakhulu, izihlalo, amatafula kanye nenye impahla ohlelweni lwabadala luka-2009 (R250 okhokhelwa ithenda ngalinye ongeke ubuye - ukheshe noma isheke eliqinisekiswe yibhange kuphela) Usuku lokuvala: 14 Agasti 2009 Yonke imibuzo: Eyobuchwepheshe: Ucingo: 031-311 2109 (Winnie Khuzwayo); Eminye: 031-311 7532 (Ram Kooblal).
S.3736 Ukugaya nokuhlinzeka uMasipala ngama-diary kanye namakhalenda abekwa etafuleni onyaka ka-2010 (R100 okhokhel-wa ithenda ngalinye ongeke ubuye - ukheshe noma isheke eliqinisekiswe yibhange kuphela) Usuku lokuvala: 14 Agasti 2009 Yonke imibuzo: Ucingo: 031-311 7889 (S. Sewshanker).
Sekuyikhathi sonyaka lapho bonke abahola impesheni kaMasipala weTheku bevuselela izimpesheni zabo ukuze zingamiswa. Ngokwemibandela yemithetho yesikhwama sempesheni wonke umuntu ohola impesheni kaMasipala kudingeka ukuba anike abaphathi besikhwama isiqiniseko sokuthi ngempela usaphila. Sekuthunyelwe ngeposi kubo bonke abahola impesheni kaMasipala amafomu abizwa phecelezi, "Pension Continuation Certificate", kanye nemvulophu esikhokhelwe yokuposa kubuyiswe lawo mafomu mahhala. Umuntu ohola le mpesheni ongakwenzanga lokho iyamiswa (suspension) impesheni yakhe ekupheleni kuka-September minyaka yonke. Okunye okubalulekile kwabahola impesheni kaMasipala ukuthi umuntu oyiholayo ayipheli kodwa uyihola kuze kufike isikhathi sokuba ahambe emhlabeni. Ngokunjalo ilungu elihola impesheni uma lishona lowo oshade nalo uyaqhubeka ahole impesheni yonke impilo yakhe naye kuze kufike isikhathi sokuba ahambe emhlabeni. Kubalulekile-ke ukuthi uma kungaba khona imibuzo ayibhekiswe kuDerrick Radebe ucingo 031-311 1603 kanti utholakala e-6th Floor; Florence Mkhize Building, 251 Anton Lembede (Smith) Street, eThekwini.
